I-Google Play Books i-app oyidingayo ukuthenga nokujabulela ama-ebook, ama-audiobook, okosomahlaya, ne-manga. Khetha kumamiliyoni wama-ebook ahamba phambili, okosomahlaya, i-manga, izincwadi zombhalo, nama-audiobook. Dawuniloda ibhuku lakho ukuze ulifunde noma ulilalele usendleleni. Lapho usuqedile, thola okuyintandokazi kwakho okulandelayo kusuka kwizincomo ezenziwe zaba ngokwakho. Thenga ama-udiobook nama-e-book njengoba usendleleni - ngaphandle kokubhalisile okudingekayo. Khetha kwizigidi zama-ebook athile, ama-audiobook, nokosomahlaya * Thenga ama-e-book nama-audiobook njengoba usendleleni - akukho okubhalisile okudingekayo. * Hlola kuqala amasampula ngaphambi kokuthi uthenge. * Thola izaphulelo ezengeziwe kwizinqwaba ezithile. * Thola ama-imeyili noma izaziso mayelana nokukhishiwe okusha kwababhali bakho abayintandokazi nokuthi amabhuku wakho asohlwini lwezifiso azoba nini emtitilizweni. * Zuza Ama-Google Play Points ngokuthenga ngakunye, bese uyawashintsha ukuze uthole isikweletu se-Google Play. * Thola izaziso noma ama-imeyili mayelana nokwehla kwentengo kumasampula wakho nokukhishiwe okusha kusuka kubabhali bakho abayintandokazi nochungechunge. * Thola okukhishiwe okusha, okuhamba phambili, nezincomo ezenzizwe zaba ngokwakho kuzo zonke izinhlobo njengezothando, isayensi, okuqanjiwe, i-mystery nama-thriller, ezokukuzisiza, ezenkolo, ezingezona eziqanjiwe, nokuningi. Ukuzizwela okumnandi lapho kufundwa noma ukulalela. * Funda noma lalela ku-Android, ku-iOS, noma kubhrawuza yakho yewebhu, ngisho noma ungaxhumekile ku-inthanethi. * Qhubeka lapho ogcine khona kunoma iyiphi idivayisi. * Enza ngendlela oyifisayo ukuzizwela kwakho kokufunda. Lungisa usayizi wombhalo, uhlobo lwefonti, amamajini, ukuqondanisa umbhalo, ukukhanya, nemibala yangemuva. * Landelela inqubekela phambili yakho yokufunda. Funda ukuthi usufunde amaphasenti amangaki nokuthi kusele amakhasi amangaki. * Hllela ilabhulari yakhi ibe amashelufu. Sebenzisa ithebhu lamashelufu elisha ukuze ukhethe ilabhulari yakho ngamatimu noma uhlobo. Bukha amashelufu wakho ku-Android, ku-iOS, nakuwebhu. * Londoloza ekhadini le-SD. Khetha ukulondoloza amabhuku wakho kudivayisi noma ekhadini le-SD, ukuze ungaphelelwa isikhala. * Sebenzisa amathuluzi wokufunda kumabhuku wezingane ukuze uthole izincazelo zamagama ezifanele izingane, lalela amagama athile, noma izwa ibhuku lifundelwa phezulu * Sebenzisa i-Bubble Zoom yokufunda kosomahlaya okulula kudivayisi yeselula. Thepha ikhasi bese ubuka okosomahlaya kwakho okuyintandokazi noma i-manga yenzeka ngempela. * Thatha amanothi avumelaniswa ne-Google Drive yakho futhi wabelane nawo neqembu ukuze nihlanganyele kalula. * Bheka izincazelo, thola ukuhunyushwa, londoloza okuvelele, futhi wenze ibhukhimakhi yamakhasi wakho ayintandokazi ngenkathi ufunda. * Vula Ukukhanya kwasebusuku ukuze ulungise ngokuzenzekelayo umbala wangemuva nokukhanya noma usethe i-app ukuze isebenzise.
Kubuyekezwe ngo-
Okt 2, 2024
#1 okumahhala okuphezulu amabhuku & amaphatho